#kwezakwabo

3 posts

#Indlamlilo kwezakwabo suka umkhuthuzi webhantshi likanina kaMtshali ajike aliqgoke inkunzi beyifuqa beyivimba ekhayakubo emvananda mthandi weyintombi uyoza intombi ngithi intombi eyikhethe emthandayo isishwapha senkehli umlecelecane umeleni endlini lona hlalaphansiiiiii 🎼🎼🎵🎵🎧🎧⭐⭐🔥🔥

#Kwezikabhoqo noWele Namhlanje u-Wele ukhuluma ngokubaluleka kokuzakhela i-foundation (isisekelo) eqinile empilweni…ungaphuthumi izinto zempilo eziningi kodwa ube ungenaso isisekelo!!! #UkhoziFMWNB #UkhoziFM #30YearsOfDemocracy #UkhoziFM64

#panel # #daressalaam Je, unataka kufanya nyumba yako iwe nzuri na ya kisasa? 🏠 Tafuta @abdul_decoration_tz, kampuni bora ya mapambo ya nyumba nchini Tanzania 🇹🇿 Tunatoa huduma za kipekee na za ubora wa hali ya juu kwa bei nafuu 💯 Tunahusika na finishing house kwa kutumia gypsum board design, molding design, rangi za Kis asa, decoration, interior design, exterior design, plaster decoration, wall TV show case, na mengi zaidi 🚧 Angalia kazi zetu nzuri na za kuvutia kwenye @abdul.decoration.center 📸 Popote ulipo tunakufikia, tuwasiliane kwa Call & WhatsApp +255 653 449 097 📞 Kazi makin watu makin !!! 🔥 Tunapatikana Dar es Salaam 📍 #ujenzi #rangizanyumba #plaster #tiles #nyumbazakisasa #ipendenyumbayako #nyumbanifinishing #skimming #decoration #kenya #uganda #rwanda #tanzania #ipenyumbayakothaman #decoo #abduldecoration #gypsum_board #interiordesign #instagram #instadesign #instahome #scandinaviandesign #industrialdesign #whiteinteriors #molding #paint

@khuzani_king_ndlamlenze @mjolisi @mamgebisa #Indlamlilo kwezakwabo suka umkhuthuzi webhantshi likanina kaMtshali ajike aliqgoke inkunzi beyifuqa beyivimba ekhayakubo emvananda mthandi weyintombi uyoza intombi ngithi intombi eyikhethe emthandayo isishwapha senkehli umlecelecane umeleni endlini lona hlalaphansiiii @mthandeni_king_igcokama wena mfana awushayiwe wena sishiphi sofudu 🤞🤞

Kuyinyanga owaguqa ngayo ake ngikuvuse mfoka Mshubo 💙🙌🏿 uCelembana ogawula zonke ihlahla kanye namagatshazo,intibane emmnyama egqize ngebala elimhlophe kwabo kwa Mamnkwanyana .unhlamba zohuqwana azimtheni amandla kodwa zimbanga ulaka ishlahla somlungu mabele uchoma okwithelayo usbhiki bhaka ishum'elizamule ngaphansi kwentaba enkulu kwaxukuzela zonke izizwe zamavaka.ufohla sebevalile bethi ngeke angene sdalo oka Mtikila wangena esegulukudela khona kunjani,yaxega imlobo konhliziyombi. undukwana zabezizwe azimshayi zyamshishiliza indos'kanyezi yokusa phuma langa lithokoze elika Phuma no Mageba,Ksayiyo inkunzi ehlal'seka ingahlaliseki kusayiwo umfula ongangenisi kodwa obonakala usugcwele udla indwani,isbuko somaskandi islwane esmanikiniki, insingizi eshaye amaphiko phezu ko Khozi FM kwazamazama lonke itheku,ingulukudu engene igulukudela phakathi kweyhlabani ziningi zhlangene bambeka amabala ngoba bengafuni ukvuma induku abanye. Nunu emnyama kwezakwabo kodwa imhlophe ngemsebenzi yayo Magadla eshoshela ey'hlangwini zamashinga kanti abanye begadla behlehla nyovane amadolo aleyontombi encane ezacile yagwazisoka layo lavuka ekseni lahamba lingavalelisanga lathi ngeke ngphinde mina ngbuye ngzovakashela intenjena,ksayiyo leyo ndoda abahlala beybiza mihla namalanga bethi ndawana thize kodwa isoka zabo ziphenduke ize.usgidi gqinsi hlehlelezi nto kamahhangula ngokuhangula abezizwana mabhoxongwane niza nigijima abanitsheli yini oyihlo nonyoko ukuthi ayagoba zamashinga namashingana.inkunzi abaybuka beyeye ngoba imise yabheka phansi Siyakukhumbula Mbovu 25 May 2018💔🕊

#kwasukaukushisamadoda #ofishabakhulu #udumoluyangilandela2025 . Ngiyafisa isizwe sonke sazi ukuthi izinto eziningi ziyakhandwa ukuze kuhudulelwe igama labafana bakaMgqumeni libulawe lingcoliswe ngaphandle kwecala nomuntu ongasazi nokusazi umuzwa eseqhamuka nezinkulumo zakhe bekholwe abantu besithuke sivalelwe emcimbini. Akekho umculi othwele kanzima nje ngathi 😭

Replying to @manzinination @MENZI MUSIC bhuti 🫱🏾‍🫲🏿❤️manzinination ngyabonga bhuti 🙏🏿🫱🏾‍🫲🏿❤️